Jump to content

Ukushulubeza

Kubuya ku Wikipedia
Amagumgedlela aseMelika emkhankasweni wokushulubeza ngesikhathi sokuziqeqesha ngowe-2003

Emigidingweni wezempi, ukushulubeza (noma ukukopola kuwukuhlwaya indawo ngamabutho ezempi ukuze kutholakale ukwaziswa ngamabutho esitha, indawo, kanye nobuqhebeqhebe bomphakathi endaweni agidingela kuyo. .

Izinhlobo zokushulubeza zihlanganisa ukuntshingila indawo yemigidingo nendawo kanye nokuntshingila okushulubeza ibanga elide, okuyimisebenzi evame ukwenziwa abaqaphi bombutho wezempi abahshulubezibamahhashi, kanye noongoti ezoobunlloli wezempi, besebenzisa imikhumbi yempi nemikhumbi-ngwenya, izindiza zokushulubeza, izivoko ukuze baqoqe ubunhloli obudlweza; kanye nokumisa Izindawo zokukhangela. Ngaphezu kwalokho, ubuncondi buhlukile ekushulubezeni, ngoba abancindi basebenza njengezakhamuzi endaweni yesitha.